Babona uMkhonto ucijwa kakhulu ngabazama ukuwunqinda

News
0
Please log in or register to do it.


UMGQUGQUZELI woMkhonto weSizwe (MK) kuzwelonke obambile uMnuz Nathi Nhleko, uthi izitha zeqembu zilinike amandla ngesikhathi zizama ukuqeda ngalo.UNhleko owake waba wungqongqoshe wamaphoyisa kuleli, uxoxe neSolezwe ngezinhlelo zeMK, wathi iqembu lizimisele ukudla ukhetho ngesonto elizayo. UNhleko umemezele ukushiya kwi-ANC ngoMashi nonyaka, emuva kwalokho wathushuka kwiMK.Owayengumengameli uJacob Zuma ngoDisemba nyakenye, wethule iMK wathi uzoyikhankasela ayeseke futhi akasayingeni eye-ANC. I-MK iwundabamlonyeni kulezi zinsuku ezweni kanti abanye bathi izoshintsha ipolitiki abanye bethi…



Your email address will not be published. Required fields are marked *

‘Zuma will rule country, even from Nkandla’
Beyond Transition: Shaping an inclusive energy future for Africa